Party Yamahlanya by Veeno Lyrics

Verse 1

Awu len’ iparty yamahlanya, Kutsa ntwana,
Awu len’ iparty yab’ ontanga, ngiyakhuza sana,
Mus’ uk’phuza rough buka, Uzophuza enough cooler,
Uzojula mapunapuna , nangumnganami uSbuda,
Ungabhekilen’ uyak’funa, mangambhekelel’ uzophuma,
Wabheka lena uzok’nquma, ujaive kahle uzophuka,
S’yaphihliza, S’yaphohloza, Maw’ uhlihliza, S’yahlofoza,
S’yabhlehlisa, Ungaz’oyphotha, Namapentshisi yellow bone, woz’obona.

Chorus

Verse 2

ISaturday siy’chilele, siphethe amathekeni ubhiy’ uphelele,
Siphelele sonke namagenge , losuku k’dala saluplanela,
Nodlula ngendlela uyabona alikho iground lana akudlalelwa,
Akekho ugogo akaxoshwanga njengelanga kudal’ ay’shonela
Akekho ugogo s’dansa s’buye phansi u.blind wozoy’bonela,
Akukh’ okungekho lana k’dliwikhekhe ungabi ibhotela,
Like Doctor Malinga labantwana k’yoze kuse belahlumlenze,
S’gqoku blue ngathi s’tshelene namhlanje yithi omaphuza,

Verse 3

Akekho ozoboshwa ngumakhelwane oyihlongandlebe ang’fune k’khuzwa,
Umsindo uphezulu lomtwana mkhiphe ngaphandle maw’ngamuzwa,
Ushay’ ulwandle sishay’ udamu masithi jump bathi how high saan,
Vandag akulalwe ‘ndlini babuya ksasa ntambama,
Ksasa s’yabalahla ungaling’ uthi yamthanda,
Thath’impahla kulomtwana mfana uyeke ukwenzi Charmer,
Uthand’ uthandani?
Ungabhayizi eb’suku uzovuk’ uyistep father,
Mangithi ng’phuma ngaphandle khona abafuna ukusus’ uchuku,
Bel’ beko uba? Kuba? Nalomtwan’ unglandel’ enqunu,
Ang’bazi laba kungcono bashawe abatholi nduku,
Baphumaphi laba? Ngathi abazi basukela uZulu,
Baphumaphi laba? Lena akuyona iparty yamazumba,
Bafunukwazi ngami, Babuz’ igama lami,
ngathi banendaba nam’, ayi mfana as’gcwale ngabo,
Aboban’ laba? Ababon’ laba? Abo, Abo… Machansa!

iParty Yamahlanya - Veeno

Source: Self Titled

iParty Yamahlanya Cover